2,99 €
2,99 €
inkl. MwSt.
Sofort per Download lieferbar
payback
0 °P sammeln
2,99 €
2,99 €
inkl. MwSt.
Sofort per Download lieferbar

Alle Infos zum eBook verschenken
payback
0 °P sammeln
Als Download kaufen
2,99 €
inkl. MwSt.
Sofort per Download lieferbar
payback
0 °P sammeln
Jetzt verschenken
2,99 €
inkl. MwSt.
Sofort per Download lieferbar

Alle Infos zum eBook verschenken
payback
0 °P sammeln
  • Format: ePub

Lesi sihloko esiyinhloko sithi "ukuzalwa kabusha ngamanzi noMoya." Inomsuka wayo ngesihloko. Ngamanye amazwi, le ncwadi isitshela ngokucacile ukuthi kuyini ukuzalwa kabusha nokuthi uzalwa kanjani ngokusha ngamanzi nangoMoya ngokuvumelana neBhayibheli. Amanzi afanekisela ukubhapathizwa kukaJesu eJordani futhi iBhayibheli lithi zonke izono zethu zadluliselwa kuJesu lapho ebhapathizwa nguJohane uMbhapathizi. UJohane wayengummeleli waso sonke isintu futhi engowozalo luka-Aroni umphristi omkhulu. U-Aroni wayebeka izandla zakhe enhloko yembuzi futhi edlulisele zonke izono zonyaka zama-Israyeli phezu…mehr

  • Geräte: eReader
  • mit Kopierschutz
  • eBook Hilfe
  • Größe: 0.96MB
  • FamilySharing(5)
Produktbeschreibung
Lesi sihloko esiyinhloko sithi "ukuzalwa kabusha ngamanzi noMoya." Inomsuka wayo ngesihloko. Ngamanye amazwi, le ncwadi isitshela ngokucacile ukuthi kuyini ukuzalwa kabusha nokuthi uzalwa kanjani ngokusha ngamanzi nangoMoya ngokuvumelana neBhayibheli. Amanzi afanekisela ukubhapathizwa kukaJesu eJordani futhi iBhayibheli lithi zonke izono zethu zadluliselwa kuJesu lapho ebhapathizwa nguJohane uMbhapathizi. UJohane wayengummeleli waso sonke isintu futhi engowozalo luka-Aroni umphristi omkhulu. U-Aroni wayebeka izandla zakhe enhloko yembuzi futhi edlulisele zonke izono zonyaka zama-Israyeli phezu kwayo ngoSuku Lokuhlawulela. Kuyisithunzi sezinto ezinhle ezizayo. Ubhapathizo lukaJesu luwumfanekiso wokubekwa kwezandla. UJesu wabhapathizwa ngendlela yokubekwa izandla eJordani. Ngakho wasusa zonke izono zomhlaba ngokubhapathizwa kwakhe futhi wabethelwa esiphambanweni ukuze ahlawulele izono. Kodwa amaKristu amaningi awazi ukuthi kungani uJesu abhapathizwa nguJohane uMbhapathizi eJordani. Ubhapathizo lukaJesu luwukhiye wale ncwadi, futhi luyingxenye ebalulekile yeVangeli Lamanzi Nomoya. Singazalwa ngokusha kuphela ngokukholelwa ekubhapathizweni kukaJesu nasesiphambanweni sakhe.


Dieser Download kann aus rechtlichen Gründen nur mit Rechnungsadresse in A, B, CY, CZ, D, DK, EW, E, FIN, F, GR, H, IRL, I, LT, L, LR, M, NL, PL, P, R, S, SLO, SK ausgeliefert werden.