2,99 €
2,99 €
inkl. MwSt.
Sofort per Download lieferbar
payback
0 °P sammeln
2,99 €
2,99 €
inkl. MwSt.
Sofort per Download lieferbar

Alle Infos zum eBook verschenken
payback
0 °P sammeln
Als Download kaufen
2,99 €
inkl. MwSt.
Sofort per Download lieferbar
payback
0 °P sammeln
Jetzt verschenken
2,99 €
inkl. MwSt.
Sofort per Download lieferbar

Alle Infos zum eBook verschenken
payback
0 °P sammeln
  • Format: ePub

Ingabe kuyakuthinta uma esizweni sakithi abantu sebelahlekelwe wubuntu? Ingabe kuyakuthuthumelisa uma ubuka indlela izinto ezenzeka ngayo ezweni njengamanje? Ingabe uphelelwa yithemba ngenxa yokukubona ukufa? Ingabe uyazithanda izinkondlo zesiZulu futhi uyathanda ukubona ulimi lwesiZulu ludlondlobala? Ingabe kuyakuthuthumelisa ukubona abantu abasha bezala ngalendlela abazala ngayo? Uthini uma ubona abantu baseSouth Africa behlaselana ngenxa yobuhlanga amaZulu, amaXhosa njalonjalo? Uthini umuzwa wakho uma abantu baseSouth Africa behlasela abafowethu base Afrika koZimbabwe, Zambia, Mozambique…mehr

  • Geräte: eReader
  • mit Kopierschutz
  • eBook Hilfe
  • Größe: 0.18MB
  • FamilySharing(5)
Produktbeschreibung
Ingabe kuyakuthinta uma esizweni sakithi abantu sebelahlekelwe wubuntu? Ingabe kuyakuthuthumelisa uma ubuka indlela izinto ezenzeka ngayo ezweni njengamanje? Ingabe uphelelwa yithemba ngenxa yokukubona ukufa? Ingabe uyazithanda izinkondlo zesiZulu futhi uyathanda ukubona ulimi lwesiZulu ludlondlobala? Ingabe kuyakuthuthumelisa ukubona abantu abasha bezala ngalendlela abazala ngayo? Uthini uma ubona abantu baseSouth Africa behlaselana ngenxa yobuhlanga amaZulu, amaXhosa njalonjalo? Uthini umuzwa wakho uma abantu baseSouth Africa behlasela abafowethu base Afrika koZimbabwe, Zambia, Mozambique njalonjalo? Ingabe abafundi ezikoleni bayazinekala emsebenzini weskole? Ingabe kuyakugulisa ukuthi abantu abaningi abakuthandi ukufunda eSouth Africa? Empilweni yakho ingabe uyakwazi ukulahlwa wubaba? Uthini umuzwa wakho ngobaba abalahla izingane zabo? Uma eminingi yalemibuzo uvumelana nayo lencwadike eyakho. Ukufunda lezi zinkondlo kuzokuvula amehlo. Uzobona ukuthi singabantu ziyafana izinkinga esidlula kuzona. Umbuzo uthi siqhamuka kanjani nezixazululo kulezizinkinga? impendulo wukukhuluma nesizwe. Izinkondlo zinamandla. Zidlulisa umyalezo kubantu uzwakale ngolimu lwabo abaluqonda kahle. Le ncwadi izoqwashisa isizwe ngokuthi asiyeke izenzo ezimbi. Lencwadi ithi nomake kukubi ezweni kodwa ukhona UNkulunkulu yena ophethe konke usengaxazulula ubumnyama esibhekene nabo. Lencwadi ibuye icikoze idlale ngolimu lwesiZulu. Lencwadi igqugquzela ukuvikelwa kolimi lwesiZulu.


Dieser Download kann aus rechtlichen Gründen nur mit Rechnungsadresse in A, B, CY, CZ, D, DK, EW, E, FIN, F, GR, H, IRL, I, LT, L, LR, M, NL, PL, P, R, S, SLO, SK ausgeliefert werden.

Autorenporträt
Mayelana noNkosinathi Mzobe

Igama lami nginguNkosinathi Mzobe. Ngazalelwa endaweni yaseNoodsberg, eBhamshela kwaZulu Natal. Ngiwuthisha kwa-Deda Primary School. Nginothando lokubhala izincwadi. Ngifunda izincwadi eziningi kanti-ke ukufunda kwenze omkhulu umehluko empilweni yami. Ngibhala ngezihloko ezahlukahlukene empilweni. Ngingathanda ukubona izinkondlo zesiZulu zidlondlobala luthuthuke ulimi. Incwadi 'Sikleza kwelomntwana' eyokuqala eqoqweni lami lezinkondlo ukushicilelwa ngokusemthethweni.